Mngane Wesikhwama

Mngane Wesikhwama

I-EJF isebenza ngokubambisana nomphakathi okhuthele wama-NGO, imifelandawonye, izifundiswa, ongoti bezemvelo, izishoshovu kanye nabaxhasi bezimali abasebenza nemiphakathi ukuthuthukisa ubulungiswa bezemvelo. Ukubenzisana yikhona kuphela okuyosisiza sikwazi ukwesekana ngendlela ephumelela kakhulu, futhi sibe nomthelela omkhulu kakhulu.

 

Ukuba nguMngane Wesikhwama kusho ukuthi ugqugquzela i-EJF noma nini lapho kufanele khona futhi uyazibandakanya kulokho okuxoxwa ezinkundleni zethu zokuxhumana. AbaNgane bethu baphinde ngezinye izikhathi basebenze nathi ekwesekeni abahlomuli boxhaso lwethu, kodwa lokhu akuyona imfuneko eyimpoqo. Uma ungathanda ukuba uMngane Wesikhwama, sicela uthumele i-imeyili ku- .

Okwamanje azikho izikhala zomsebenzi.