Mngane Wesikhwama

Mngane Wesikhwama

I-EJF isebenza ngokubambisana nomphakathi okhuthele wama-NGO, imifelandawonye, izifundiswa, ongoti bezemvelo, izishoshovu kanye nabaxhasi bezimali abasebenza nemiphakathi ukuthuthukisa ubulungiswa bezemvelo. Ukubenzisana yikhona kuphela okuyosisiza sikwazi ukwesekana ngendlela ephumelela kakhulu, futhi sibe nomthelela omkhulu kakhulu.

Siyaziqhenya futhi siyakwazisa ukusebenza ngokubambisana naBangane Besikhwama abalandelayo (ngokulandelana kwezinhlamvu zamagama):

Xhumana Nathi

Indawo

Okwamanje sonke sisebenzela emakhaya futhi asinalo ihhovisi. uCassandra, uStella, uLisa kanye no Vuyo basebenzela eJohannesburg, uFlorence usebenzela ePitoli,  uPrecious usebenzela eDurban, uApiwe usebenzela eCape Town, uElton usebenzela eSekhukhune uUnarine yena usebenzela eThohoyandou. 

Izikhathi zokusebenza

Mon-Fri: 9am – 5pm
Sat-Sun: Closed

Okwamanje azikho izikhala zomsebenzi.